Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 20:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UPhashuri indodana ka-Imeri umpristi owayengumbonisi omkhulu endlini kaJehova wamuzwa uJeremiya eprofetha ngalezo zinto.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UPhashuri, indodana ka-Imeri umphristi owayeyisikhulu esengamele indlu kaSimakade, wamuzwa uJeremiya ephrofetha ngalezo zinto.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UPhashuri, indodana yompristi u-Imeri, owayengumbusi omkhulu endlini kaJehova, wezwa ukuthi uJeremiya wayeprofethe lezi zinto.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 20:1
11 Referans Kwoze  

neyeshumi nanhlanu uBiliga, neyeshumi nesithupha u-Imeri,


Induna yabalindi yathatha uSeraya umpristi omkhulu, noZefaniya umpristi wesibili, nabalindimnyango abathathu;


Kwathi ukuba induna yethempeli nabapristi abakhulu bezwe lawo mazwi, basambatheka ngawo ngokuthi kungaba yini lokho na?


Kepha besakhuluma kubantu, abapristi nenduna yethempeli nabaSadusi babafikela,


Izikhulu zakhe zabanika abantu, nabapristi, namaLevi iminikelo yesihle. OHilikiya, noZakariya, noJehiyeli, abaphathi bendlu kaNkulunkulu, babanika abapristi amawundlu ayizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisithupha nezinkabi ezingamakhulu amathathu, kube ngokweminikelo yephasika.


no-Azariya kaHilikiya kaMeshulamu kaSadoki kaMerayoti ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu,


Nawe Phashuri nabo bonke abahlala endlini yakho niyakuthunjwa; uyakufika eBabele, kepha uyakufela khona, umbelwe khona, wena nabo bonke abangane bakho oprofethe kubo amanga.’ ”


‘UJehova ukubeke umpristi esikhundleni sikaJehoyada umpristi ukuba nibe yizinduna zabo bonke abantu abahlanyayo nabaprofethayo endlini kaJehova ukuze ubafake esitokisini* nasemaketangeni;


Izikhulu zamthukuthelela uJeremiya, zamshaya, zamfaka etilongweni endlini kaJonathani umbhali, ngokuba zaziyenze itilongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite