Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 13:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngaya e-Ewufrathe, ngemba, ngalilanda ibhande, lapho ngangilifihle khona; bheka, ibhande lalonakele, lalingasenamsebenzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngaya ePheratha, ngemba, ngayithatha indwangu yasokhalo lapho ngangiyifihle khona, bheka, indwangu yasokhalo yayonakele, ingasenamsebenzi walutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngase ngiya e-Ewufrathe, ngemba, ngalithatha ibhande endaweni engangilifihle kuyo; bheka, ibhande lalibhidlikile, lalingaselusizo lwalutho.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 13:7
10 Referans Kwoze  

bonke baphambukile, baphenduke imbuqa bonkana; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


Sonke saba njengongcolileyo, nokulunga kwethu konke kwakunjengengubo enindiweyo; sabuna sonke njengeqabunga, nobubi bethu basisusa njengomoya.


okade engenalusizo kuwe, kepha kalokhu unosizo nakuwe nakimi,


Laba bantu ababi abala ukuzwa amazwi ami, abahamba ngobulukhuni bezinhliziyo zabo, balandela abanye onkulunkulu ukuba babakhonze, bakhuleke kubo, bayakuba njengaleli bhande elingasenamsebenzi.


Kwathi ngasekugcineni kwezinsuku eziningi uJehova wathi kimi: “Suka uye e-Ewufrathe, ulilande khona ibhande engakuyala ngalo ukuba ulifihle khona.”


Lase lifika izwi likaJehova, lithi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite