Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 13:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi ngasekugcineni kwezinsuku eziningi uJehova wathi kimi: “Suka uye e-Ewufrathe, ulilande khona ibhande engakuyala ngalo ukuba ulifihle khona.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kwathi ngasekupheleni kwezinsuku eziningi, uSimakade wathi kimi: “Suka uye ePheratha, uthathe lapho indwangu yasokhalo engakuyala ukuba uyifihle lapho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi emva kwezinsuku eziningi uJehova wathi kimi: “Suka uye e-Ewufrathe, ulithathe lapho ibhande engakuyala ukuba ulifihle khona.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 13:6
5 Referans Kwoze  

Ngase ngihamba, ngalifihla ngase-Ewufrathe njengokungiyala kukaJehova.


Ngaya e-Ewufrathe, ngemba, ngalilanda ibhande, lapho ngangilifihle khona; bheka, ibhande lalonakele, lalingasenamsebenzi.


Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubi* kwabonakala okunjengetshe lesafire,* kufana kungathi nesihlalo sobukhosi.


usuku lobumnyama nolwesigayegaye, usuku lwamafu nolobumnyama obukhulu, njengokusa kwenekwe ezintabeni, abantu abaningi abanamandla abangazange babe ngabanjalo kwasendulo, nabangasoze baba ngabanjalo emva kwabo kuze kube naseminyakeni yezizukulwane ngezizukulwane.


Abantu bashiswa ngokushiswa okukhulu, kepha bahlambalaza igama likaNkulunkulu onamandla phezu kwalezi zinhlupho, kodwa abaphendukanga ukuba bamdumise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite