Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 13:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngase ngihamba, ngalifihla ngase-Ewufrathe njengokungiyala kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngahamba, ngayifihla ePheratha njengalokhu uSimakade ayengiyalile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngakho ngaya ngalifihla ngasemfuleni i-Ewufrathe, njengoba nje uJehova wayengiyalile.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 13:5
10 Referans Kwoze  

Wenze njalo uMose; njengakho konke uJehova amyale ngakho, wenze njalo-ke.


Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa lakhe; waphuma engazi lapho eya khona.


Hlanganyela nami ukuhlupheka njengebutho elihle likaKristu.


Kwathi ngasekugcineni kwezinsuku eziningi uJehova wathi kimi: “Suka uye e-Ewufrathe, ulilande khona ibhande engakuyala ngalo ukuba ulifihle khona.”


Ngaprofetha njengalokho ngiyaliwe, nalapho ngiprofetha kwaba khona umsindo nokugunquza; amathambo asondelana, ithambo kulo ithambo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite