Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 13:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngalithenga ibhande njengezwi likaJehova, ngalibeka ezinkalweni zami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngayithenga indwangu yasokhalo njengokusho kwezwi likaSimakade, ngayibhinca okhalo lwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngase ngathola ibhande njengezwi likaJehova ngalifaka okhalweni lwami.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 13:2
8 Referans Kwoze  

Kepha wena ndodana yomuntu, yizwa engikukhulumayo kuwe, ungabi ngumhlubuki njengale ndlu ehlubukayo; vula umlomo wakho, udle engikunika khona.”


Ningabahlobo bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


ngaleso sikhathi uJehova wakhuluma ngesandla sika-Isaya indodana ka-Amose, wathi: “Hamba uthukulule indwangu yamasaka okhalweni lwakho, ukhumule izicathulo zakho ezinyaweni zakho.” Wenze njalo, wahamba ze, akafakanga nazicathulo.


Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho, ungenciki kokwakho ukuqonda.


Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela noqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi nezinyosi zasendle.


Lase lifika izwi likaJehova ngokwesibili, lithi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite