UJeremiya 12:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Abaphangi bafikele onke amaduli angenalutho, ngokuba inkemba kaJehova iyadla, kusukela komunye umkhawulo womhlaba kuze kufike komunye, nenyama enokuthula ayikho. Gade chapit laIsiZulu 202012 Ababhubhisi batheleke bevela kuzo zonke izindawo eziphakemeyo, ezingamaqwaqwasi ehlane; inkemba kaSimakade iyabhubhisa, kusukela kulo mkhawulo womhlaba kuya komunye, akukho ukuthula kubantu. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Abachithi sebefikile ezindaweni zonke eziphakemeyo ehlane, ngokuba inkemba kaJehova iyakuqeda kusukela komunye umkhawulo wezwe kuze kube komunye umkhawulo wezwe; akukho nyama eyoba nokuthula. Gade chapit la |
“Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: Nina aningilalelanga ukuba nimemezele ukukhululeka, kube yilowo nalowo kumfowabo, yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, sengiyanimemezela ukukhululeka, usho uJehova, nginikhululele inkemba, nesifo, nendlala, nginenze ukuba nihlupheke emibusweni yonke yomhlaba.