UJeremiya 11:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 UJehova wangazisa, ngakwazi; khona wangibonisa izenzo zabo. Gade chapit laIsiZulu 202018 USimakade wangazisa, ngase ngazi; wangibonisa izenzo zabo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202418 UJehova wangenza ngazisa, ngakwazi; Gade chapit la |
Yayisithuma umuntu phambi kwayo, u-Elisha esahlezi endlini yakhe, namalunga ehlezi naye; kepha, singakafiki kuye isithunywa, wathi emalungeni: “Niyabona yini ukuthi le ndodana yombulali ithumele ukunquma ikhanda lami na? Bhekani, ekufikeni kwesithunywa manivale isivalo, nisibuyisele emuva isithunywa ngesivalo; angithi izigqi zezinyawo zenkosi yaso zisemva kwaso na?”