Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bayiziphukuphuku, bayiziwula bonke; ngukulaya kwezithombe; kungumuthi nje,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Bonke bayiziphukuphuku neziwula. Ukuyala kwezithombe kufana nokhuni nje,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha bayiziphukuphuku neziwula; imfuyo iyimfundiso eyize.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 10:8
16 Referans Kwoze  

Ngokuba amatherafi* akhulumile okuyize, nababhuli babone okungamanga; bakhuluma amaphupho angelutho, baduduza ngeze; ngalokho bayasuka njengezimvu, bathotshisiwe, ngokuba kungekho umalusi.


Bonke abantu bayiziphukuphuku, abanakwazi; bonke abakhandi bajabhiswa nezithombe zabo ezibaziweyo, ngokuba izithombe zabo ezibunjiweyo zingamanga, nomoya awukho kuzo.


“Sisizani isithombe esibaziweyo, lokhu umbumbi waso esibaza, nesithombe esibunjiweyo nomfundisi wamanga, lokhu umbumbi waso ethemba kuso, ukuze enze izithombe eziyizimungulu, na?


Akakho okhumbulayo, nokwazi nokuqonda akukho kokuba kuthiwe: “Ngishisile inxenye yawo ngomlilo, ngenzile isinkwa phezu kwamalahle awo, ngosile inyama, ngayidla; ngingenza okuseleyo kuwo kube yisinengiso, ngikhothamele umbhuku womuthi,” na?


Bheka, bayize bonke; imisebenzi yabo ayiyinto yalutho, nezithombe zabo ezibunjiweyo zingumoya nokuyize.


Abazenzayo bayafana nazo, bonke abazethembayo.


Abazenzayo bayafana nazo, bonke abazethembayo.


“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bahlakaniphele ukwenza okubi, kepha ukwenza okuhle kabakwazi.”


abathi emthini: ‘Ungubaba,’ nasetsheni: ‘Wena wangizala.’ Ngokuba bangifulathele, abangibheki; kepha ngesikhathi sokuhlupheka kwabo bayakusho ukuthi: ‘Vuka, usisindise.’


Abantu bami babuza emthini, induku yabo ibatshele, ngokuba umoya wobufebe ubadukisile, basuka phansi kukaNkulunkulu wabo ngokufeba.


Abazi, abaqondi, ngokuba unamekile amehlo abo ukuze bangaboni, nezinhliziyo zabo ukuze bangaqondi.


nangokuzwakala kokufeba kwakhe langcoliswa izwe, waphinga nemithi namatshe.


Ngase ngithi mina: “Laba bayizimpofana nje, bayiziwula, ngokuba abayazi indlela kaJehova, ukwahlulela kukaNkulunkulu wabo.


“Abagcina okungumoya nokuyize nje bashiya Othembekile kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite