Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UHamu uyise kaKhanani wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo bobabili bengaphandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, waxoxela abafowabo ababengaphandle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo ababili ngaphandle.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:22
17 Referans Kwoze  

“Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina liyakukhishwa ngamagwababa angasemfuleni, lidliwe ngamazinyane okhozi.


Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzibheke wena, funa uyengwe nawe.


aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso;


“Kepha uma umfowenu ekona, hamba umsole ninodwa naye. Uma ekuzwa, woba umzuzile umfowenu.


Abathi ashila, ashila mababuyele emuva ngenxa yokuhlazeka kwabo.


Mabashaqeke ngenxa yehlazo labo abathi kimi: “Ashila, ashila!”


Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.


Mela indaba yakho nomakhelwane wakho, ungambuli imfihlakalo yomunye,


Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.


Wathi: “Makaqalekiswe uKhanani, abe yisigqila sezigqila kubafowabo.”


OShemi noJafete bathatha ingubo, bayifaka emahlombe abo bobabili, bahamba nyovane, basibekela ubunqunu bukayise; ubuso babo babubheka emuva, abaze babona ubunqunu bukayise.


“Wo komphuzisa umngane wakhe, axube nokufutheka, amdakise, ukuze abuke ubunqunu bakhe!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite