Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UNowa waqala waba ngumlimi, watshala isivini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 UNowa owayengumlimi, waba ngowokuqala ukutshala isivini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UNowa waqala ukuba ngumlimi, watshala isivini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:20
15 Referans Kwoze  

Inkosi esebenzela amasimu iyinsizakalo yezwe kukho konke.


Ngadlula ensimini yomuntu oyivila, nasesivinini somuntu ongenangqondo;


Olima insimu yakhe uyakusutha ngokudla, kepha olandela amayiyane akanangqondo.


Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha umlomo wababi ufihla ubudlwangudlwangu.


“Uyakuganwa ngumfazi, omunye umuntu alale naye; uyakwakha indlu, ungahlali kuyo; uyakutshala isivini, ungazikhi izithelo zaso.


Ngumuphi umuntu otshalile isivini engadlanga izithelo zaso na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, omunye umuntu asidle.


Waqamba igama layo ngokuthi uNowa, ethi: “Lo uyakusiduduza emsebenzini wethu nasenkathazweni yezandla zethu emhlabathini awuqalekisa uJehova.”


Waphinda wazala u-Abela umfowabo. U-Abela waba ngumalusi, uKayini waba ngumlimi.


UJehova uNkulunkulu wammukisa ensimini yase-Edene ukuba alime umhlabathi athathwe kuwo.


Ngubani oke aye empini ngezakhe izindleko na? Ngubani otshala isivini, angazidli izithelo zaso, na? Ngubani owalusa umhlambi, angadli ubisi lomhlambi, na?


Ningangibuki ukuthi ngimnyamana, ngokuba ilanga lingifusile. Amadodana kamame angifutha, angenza umlindizivini, kepha isivini esingesami angisilindanga.


Yilawo amadodana amathathu kaNowa; umhlaba wonke wagcwaliswa ngabavela kuwo.


Waphuza iwayini, wadakwa, walala nqunu etendeni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite