Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Imithombo yotwa namafasitele asezulwini kwavinjwa, imvula yasezulwini yaphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kwavaleka iziphethu ezisezinzulwini, kwavaleka namafasitela ezulu, yanqamuka imvula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwavalwa nemithombo kazamcolo namafasitele asezulwini, kwavalwa imvula ezulwini;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:2
10 Referans Kwoze  

ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


Lapho enza ukuba isibhakabhaka phezulu siqine, nemithombo yotwa iphuphume ngamandla,


Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwamakhosi, nginamabutho phansi kwami; ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe; ngithi kwelinye: ‘Woza,’ lize; nasencekwini yami: ‘Yenza lokhu,’ ikwenze.”


Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula wangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.


Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, ngubani ongathulula izimvaba zasezulwini,


Ngokuba emva kwezinsuku eziyisikhombisa ngiyakunisa imvula emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, ngichithe ebusweni bomhlaba konke okuphilayo engikwenzileyo.”


Lana emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane.


“Wake wangena emithonjeni yolwandle, wahamba phansi otweni, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite