Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngenyanga yesibili ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga umhlaba wawusomile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kwafika usuku lwama-27 sekome nkwe phansi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngenyanga yesibili ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga umhlaba woma.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:14
6 Referans Kwoze  

ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye ngenyanga yokuqala ngolokuqala lwenyanga amanzi abeseshile emhlabeni; uNowa wasusa uphahla lomkhumbi, wabona, bheka, ubuso bomhlaba base bomile.


UNkulunkulu wakhuluma kuNowa, wathi:


Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu nesikhombisa wokuthunjwa kukaJehoyakini inkosi yakwaJuda ngenyanga yeshumi nambili ngolwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga, u-Evili Merodaki inkosi yaseBabele, ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, waphakamisa ikhanda likaJehoyakini inkosi yakwaJuda, wamkhipha etilongweni,


Kwathi ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, lafika kimi izwi likaJehova, lathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite