UGenesise 8:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye ngenyanga yokuqala ngolokuqala lwenyanga amanzi abeseshile emhlabeni; uNowa wasusa uphahla lomkhumbi, wabona, bheka, ubuso bomhlaba base bomile. Gade chapit laIsiZulu 202013 Ngosuku lokuqala ngenyanga yokuqala uNowa eseqede iminyaka engama-601 ephila, wonke amanzi ayesehwamukile emhlabeni. UNowa waphakamisa uphahla lomkhumbi, wabona ukuthi sekomile phansi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202413 Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, amanzi ashile emhlabeni; uNowa wasusa isembozo somkhumbi, wabheka, bheka, ubuso bomhlaba bomile. Gade chapit la |