Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wabuye wahlala izinsuku eziyisikhombisa; walithuma ijuba; alabe lisabuyela kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Walinda izinsuku eziyisikhombisa, wabuye walithumela ijuba, kodwa aliphindanga labuyela kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wabuye wahlala izinsuku eziyisikhombisa; wathuma ijuba; abangabange besabuyela Kuye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:12
12 Referans Kwoze  

Ngalokho uJehova uyakulindela ukuba abe nomusa kini; nangalokhu uyakuphakama ukuba abe nesihe kini, ngokuba uJehova unguNkulunkulu wokwahlulela; babusisiwe bonke abamhlalelayo.


Yebo, ezindleleni zezahlulelo zakho, Jehova, sikuhlalele. Umphefumulo uyalangazelela igama lakho nesikhumbuzo sakho.


Kuyakuthiwa ngalolo suku: “Bheka, lo unguNkulunkulu wethu; simhlalele, uyakusisindisa; lo unguJehova; simhlalele; siyakujabula, sithokoze ngensindiso yakhe.”


Wabuye wahlala izinsuku eziyisikhombisa; waphinda walithuma ujuba emkhunjini.


Ngiyakumlindela uJehova ositheza ubuso bakhe kuyo indlu kaJakobe, ngethembe kuye.


Lindela uJehova, uqine, inhliziyo yakho ime isibindi; yebo, lindela uJehova.


Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiweyo; uphuthuma ekupheleni, awuyikukhohlisa; noma ulibala, wulindele, ngokuba uyakufika nokufika, awuyikwephuza.


Ijuba lafika kuye ngakusihlwa; bheka, kusemlonyeni walo iqabunga lomnqumo elikhiweyo. Wase azi uNowa ukuthi amanzi anciphile emhlabeni.


Shiyani imizi, nihlale esiweni nina enakhileyo kwaMowabi, nibe njengejuba elakha emaceleni omlomo wesiwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite