Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 7:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Amanzi akhula, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wahamba ebusweni bamanzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Amanzi akhula anda emhlabeni; umkhumbi wantanta phezu kwamanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amanzi aba namandla, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wedlula phezu kwamanzi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 7:18
6 Referans Kwoze  

Amanzi abuyela, asibekela izinqola, nabamahhashi, nayo yonke impi kaFaro eyangena elwandle emva kwazo; akwasala noyedwa kubo.


Kuhamba khona imikhumbi, uLeviyathani* lowo omenzile ukuba adlale kulo.


Isikhukhula samanzi masingangicwilisi, utwa lungangigwinyi, umgodi ungangivaleli emlonyeni wawo.


Yizo ezahlwitha kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,


Kwaba nguzamcolo emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane; amanzi anda, aphakamisa umkhumbi; waphakama phezu komhlaba.


Amanzi andisisa impela emhlabeni; zasitshekelwa zonke izintaba eziphakemeyo eziphansi kwezulu lonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite