Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kwakhuphuka nabo nezinqola, nabamahhashi; kwaba yibandla elikhulu impela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kwakhuphuka ngisho namabutho agibele izinqola zempi, nagibele amahhashi, kwaba yisixuku esikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izinqola nabamahhashi bakhuphuka naye, kwaba isixuku esikhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:9
10 Referans Kwoze  

Amadoda akholwayo ammbela uStefanu, amkhalela isililo esikhulu.


Ngikufanisa nehhashi lensikazi lezinqola zikaFaro, sithandwa sami.


Pho, ungaphindisela emuva kanjani nenduna eyodwa ezincekwini ezincane zenkosi yami na? Nokho wethemba iGibithe ukuthola khona izinqola nabamahhashi.


Amanzi abuyela, asibekela izinqola, nabamahhashi, nayo yonke impi kaFaro eyangena elwandle emva kwazo; akwasala noyedwa kubo.


Bheka, mina ngiyakuzenza lukhuni izinhliziyo zabaseGibithe, babalandele; ngizakudunyiswa ngoFaro nangempi yakhe yonke, ngezinqola zakhe nangabamahhashi bakhe.


Wathatha izinqola ezingamakhulu ayisithupha ezikhethiweyo, nezinqola zonke zaseGibithe, nezinduna zazo zonke.


UJosefa wayesebophela inqola yakhe, wakhuphuka ukumhlangabeza u-Israyeli uyise eGosheni; wazibonakalisa kuye, wawa entanyeni yakhe, wakhala ngasentanyeni yakhe isikhathi eside.


Wamkhwelisa enqoleni yesibili emva kwakhe; bamemeza phambi kwakhe, bathi: “Guqani!” Wambeka phezu kwezwe lonke laseGibithe.


nendlu yonke kaJosefa, nabafowabo, nendlu kayise; bashiya ezweni laseGosheni izingane zabo, nezimvu zabo, nezinkomo zabo kuphela.


Baya, bafika eGoreni Hathadi elingaphesheya kweJordani; lapho bakhala nokukhala impela, okunzima kakhulu; wamenzela uyise isililo izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite