Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 50:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 nendlu yonke kaJosefa, nabafowabo, nendlu kayise; bashiya ezweni laseGosheni izingane zabo, nezimvu zabo, nezinkomo zabo kuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kwaphuma nabendlu kaJosefa, abafowabo, nabendlu kayise, kwasala kuphela abantwana babo, nezimvu, nezinkomo zabo eGosheni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Yonke indlu kaJosefa, nabafowabo, nendlu kayise, bashiya kuphela abantwana babo abancane, nezimvu zabo, nezinkomo zabo, ezweni laseGosheni.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 50:8
5 Referans Kwoze  

Imfuyo yethu nayo iyakuhamba nathi; akuyikusala nanselo, ngokuba siyakuthatha kuyo lokhu esiyakumkhonza ngakho uJehova uNkulunkulu wethu; asikwazi esiyakumkhonza ngakho uJehova, singakafiki khona.”


Khona uJosefa wakhuphuka ukuyommbela uyise; zakhuphuka naye zonke izinceku zikaFaro, nezikhulu zendlu yakhe, nezikhulu zonke zezwe laseGibithe,


Kwakhuphuka nabo nezinqola, nabamahhashi; kwaba yibandla elikhulu impela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite