Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Phakathi kwabafowabo wathatha amadoda ayisihlanu, wawabeka phambi kukaFaro.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wathatha abahlanu phakathi kwabafowabo wayobethula kuFaro.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wathatha kubafowabo, amadoda ayisihlanu, wawayisa kuFaro;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:2
5 Referans Kwoze  

kwathi ngokwesibili uJosefa waziwa ngabafowabo; kwabonakala kuFaro isizwe sakubo kaJosefa.


Kepha kuyena onamandla okunilinda ukuba ningakhubeki, nimiswe phambi kwenkazimulo yakhe ningenasici, ninokuthokoza okukhulu,


okunguye esimshumayelayo, siluleka wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngokuhlakanipha konke, ukuze simise wonke umuntu ephelele kuKristu,


sazi ukuthi yena owavusa iNkosi uJesu uyakusivusa nathi kanye noJesu, asethule kanye nani.


Kuyakuthi lapho uFaro enibiza athi: ‘Uyini umsebenzi wenu,’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite