Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyatholakala ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani ngamabele ababewathengile; uJosefa wayiyisa imali endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyayitholakala eGibhithe, neseKhanani, abantu ababeza ukuzothenga ngayo ukudla. Yonke leyo mali wayiyisa endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJosefa waqoqa yonke imali eyatholwa ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani kakolweni ababewuthenga, uJosefa wayingenisa imali endlini kaFaro.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:14
8 Referans Kwoze  

Indlala yayisebusweni bezwe lonke; uJosefa wavula zonke izinqolobane, wathengisela abaseGibithe; indlala yayinzima ezweni laseGibithe.


nikhonzane, kube yilowo nalowo ngesipho asiphiweyo njengabaphathi abahle bomusa omninginingi kaNkulunkulu;


Futhi-ke kufuneka kubaphathi ukuba umuntu afunyanwe ekholekile.


Isiphelile imali ezweni laseGibithe nasezweni laseKhanani, bonke abaseGibithe beza kuJosefa, bathi: “Siphe ukudla; siyakufelani phambi kwakho na? Ngokuba isiphelile imali.”


Amazwe onke afika kuJosefa eGibithe ukuyothenga amabele, ngokuba indlala yayinzima emhlabeni wonke.


Ogodla amabele, abantu bayamqalekisa, kepha isibusiso siyakuba sekhanda lothengisa ngawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite