Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: nguRubeni izibulo likaJakobe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Nanka amagama abakwa-Israyeli abahamba baya eGibhithe noJakobe nesizukulwane sakhe: uRubeni, izibulo lakhe,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: uRubeni izibulo likaJakobe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:8
15 Referans Kwoze  

“Makaphile uRubeni, angafi; amadoda akhe abe ngumumo omkhulu.”


Lawa angamagama amadoda ayakuma nani: kwaRubeni: u-Elisuri indodana kaShedewuri.


ULeya wakhulelwa, wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uRubeni, ngokuba wathi: “UJehova ubonile ukuhlupheka kwami; manje umyeni wami uyakungithanda.”


Amadodana akhe, namadodana amadodana akhe, namadodakazi akhe, namadodakazi amadodana akhe, nayo yonke inzalo yakhe wayiletha kanye naye eGibithe.


Amadodana kaRubeni: ngoHanoki, noPhalu, noHesironi, noKarmi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite