Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Esephumile emzini, engakabi kude, uJosefa wathi encekwini yakhe: “Suka ulandele lawo madoda; nxa uwafica, yisho kuwo ukuthi: ‘Niphindiseleni okuhle ngokubi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Esahambe ibangana ukusuka emzini, uJosefa wathi enduneni yakhe: “Suka uwalandele lawo madoda, lapho uwafica uthi kuwo: ‘Niphindiselani okuhle ngokubi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Sebephumile emzini, bengakabi kude, uJosefa wathi kumphathi wakhe: “Sukuma, ulandele amadoda ngemuva; futhi uma ubafica, uthi kubo: “Kungani nibuyisela okubi ngokuhle na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:4
9 Referans Kwoze  

UJesu wabaphendula wathi: “Nginitshengise imisebenzi eminingi emihle evela kuBaba; yimuphi umsebenzi kulena eningikhandela wona na?”


Bangiphindisela okubi ngokuhle; umphefumulo wami bawusozisele.


Ophindisela okuhle ngokubi, ububi abuyikusuka endlini yakhe.


Bangibuyisele okubi ngokuhle, nenzondo ngothando lwami.


bheka, ukusivuza kwabo ukuba bafike ukusixosha efeni lakho osinike lona ukuba silidle.


Wayesethi kuDavide: “Ulungile kunami, ngokuba wena ungiphindisele ngokuhle, kepha mina ngikuphindisele ngokubi.


“Kwathi onke amadoda empi esephelile afa phakathi kwabantu,


Ngakusasa nxa sekusile, amadoda amukiswa, wona nezimbongolo zawo.


Ayeseklebhula izingubo zawo, yileyo naleyo yethwesa imbongolo yayo, abuyela emzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite