Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Yanyalula, yaqala ngenkulu yagcina ngencane; indebe yatholwa esakeni likaBenjamini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Induna yaqala ukucinga ezibulweni, yagcina ngothunjana. Indebe yatholakala esakeni likaBhenjamini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wafunisisa, waqala komkhulu, washiya komncane; indebe yafunyanwa ekhukhwini likaBhenjamini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:12
6 Referans Kwoze  

Ufake indebe yami, indebe yesiliva, emlonyeni wesaka lomncane kanye nemali yamabele akhe.” Yenza-ke njengezwi likaJosefa alishilo.


Bahlala phambi kwakhe, izibulo njengobuzibulo balo nomncane njengobuncane bakhe; abantu bamangala omunye nomunye.


UNkulunkulu uSomandla aniphe umusa ebusweni balowo muntu, ukuze anikhululele umfowenu lowo omunye kanye noBenjamini; kepha mina, uma ngaphucwa abantwana, ngiyaphucwa.”


Ayeseshesha ukwehlisela phansi, kwaba yileyo naleyo isaka layo, yileyo naleyo yavula isaka layo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite