Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yathi: “Kalokhu makube njengamazwi enu; lowo ezakutholakala kuye makabe yisigqila sami, nina ningabi nacala.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Yathi: “Kulungile, akuye njengamazwi enu. Lowo eyotholakala kuye uzokuba yisigqila sami, nina nonke aniyukuba nacala.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi: “Makube njengokwamazwi enu; lowo okutholwa kuye uyakuba yinceku yami; futhi uyakuba msulwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:10
6 Referans Kwoze  

Uma ilanga lase liphumile phezu kwalo, kuyakuba yicala legazi phezu kwalo. Isela liyakukhokha nokukhokha; uma lingenalutho, kuyakuthengiswa ngalo ngenxa yokweba kwalo.


“Ngalokho inceku yakho ake ihlale esikhundleni somfana, ibe yisigqila senkosi, umfana akhuphuke nabafowabo.


Wathi: “Makube kude kimi ukwenze njalo; umuntu etholakele esandleni sakhe indebe uyakuba yisigqila sami, kepha nina manihambe kahle, nenyuke, niye kuyihlo.”


Lowo wasezincekwini zakho eyakutholwa kuye, makafe yena, thina sibe yizigqila zenkosi yami.”


Ayeseshesha ukwehlisela phansi, kwaba yileyo naleyo isaka layo, yileyo naleyo yavula isaka layo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite