Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Sehle nenye imali esandleni sethu ukuba sithenge ukudla; asazi ukuthi ngubani owayifaka imali yethu emasakeni ethu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Sibuye saphatha nenye ukuze sithenge ngayo ukudla, ngokuba asazi ukuthi ngubani owafaka imali yethu emasakeni ethu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Saletha enye imali esandleni sethu ukuba sithenge ukudla; ngeke sazi ukuthi ubani owafaka imali yethu emaphaketheni ethu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:22
4 Referans Kwoze  

Kwathi omunye evula isaka lakhe ukuba ayinike imbongolo yakhe ukudla endlini yezihambi, wabona imali yakhe; bheka, yayisemlonyeni wesaka lakhe.


niphathe esandleni senu imali iphindwe kabili; naleyo mali eyabuyiselwa emilonyeni yamasaka enu, niyihambise ngesandla senu; mhlawumbe kwenzeka iphutha.


Kwathi sesifike endlini yezihambi, savula amasaka ethu; bheka, imali yalowo nalowo yayisemlonyeni wesaka lakhe, imali yethu ngokulinganiswa kwayo; sesiyibuyisile ngesandla sethu.


Yayisithi kubo: “Ukuthula makube kinina; ningesabi; uNkulunkulu wenu noNkulunkulu kayihlo uniphe igugu emasakeni enu; imali yenu ngayithola.” Yaphumisa uSimeyoni, yamletha kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite