Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 nilethe kimi umfowenu omncane; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Uma senimlethile umfowenu omncane kimi, ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli, nokuthi ningamadoda aqotho; ngakho-ke ngiyobe sengininika umfowenu nihambe naye kuleli lizwe.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Nilethe umfowenu omncane kimi; khona ngiyakwazi ukuthi anisizo izinhloli, kodwa ukuthi ningamadoda angempela; ngalokho ngiyakuhlenga wena, umfowenu, uhwebe ezweni.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:34
7 Referans Kwoze  

Niyakuhlala kithi; izwe liyakuba sebusweni benu; yakhani, nithengiselane, nifuye kulo.”


“Labo bantu bahlezi ngokuthula nathi; ngalokho mabahlale ezweni, balihambe, ngokuba bheka, izwe libanzi inxa zombili phambi kwabo; asizithathele amadodakazi abo abe ngomkethu, sibaphe amadodakazi ethu.


lwanquma igatsha elisha eliphezulu, lwaliyisa ezweni labahwebi, lwalibeka emzini wabathengi.


ngaphandle kokuvela kubahwebi, nasenzuzweni yabathengisi, nasemakhosini ase-Arabiya, nakubabusi bezwe.


nilethe umfowenu omncane kimi, kuqiniswe amazwi enu, nize ningafi.” Benze njalo.


Wathi u-Abimeleki: “Bheka, izwe lami lisebusweni bakho; yakha lapho uthanda khona.”


Niyakuvivinywa ngalokhu, kuphila kukaFaro, aniyikumuka lapha, kuphela uma umfowenu omncane efika lapha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite