Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Base behla abafowabo bakaJosefa abayishumi, baya kuthenga amabele eGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abafowabo bakaJosefa abalishumi behla bayothenga okusanhlamvu eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abafowabo bakaJosefa abayishumi behla ukuyothenga amabele eGibithe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:3
4 Referans Kwoze  

Base bethi kuye: “Thina zinceku zakho ziyizelamani eziyishumi nambili, amadodana andodanye ezweni laseKhanani; bheka, encane ikubaba manje, enye ayisekho.”


Ayesefika amadodana ka-Israyeli ukuthenga phakathi kwalabo ababefika, ngokuba kwakukhona indlala ezweni laseKhanani.


Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlani, niye lapho, nisithengele khona, ukuze siphile, singafi.”


Kepha uBenjamini umfowabo kaJosefa uJakobe akamthumanga nabafowabo, ngokuba wathi: “Angahle ehlelwe ngokubi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite