Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlani, niye lapho, nisithengele khona, ukuze siphile, singafi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona ukudla eGibhithe. Yehlani, nisithengele okusanhlamvu khona, ukuze siphile, singafi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wathi: “Bheka, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlela lapho, usithengele khona; ukuze siphile, singafi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:2
11 Referans Kwoze  

UJuda wathi ku-Israyeli uyise: “Thuma umfana nami, size sisuke, sihambe ukuba siphile, singafi, thina nawe kanye nezingane zethu.


Kepha waphendula wathi: “Kulotshiwe ukuthi: ‘Akusinkwa sodwa umuntu ayakuphila ngaso kodwa ngamazwi onke aphuma emlonyeni kaNkulunkulu.’ ”


Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula, wayephansi kokufa. Kwafika kuye u-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Yalela indlu yakho, ngokuba uyakufa, awuyikusinda.”


Angiyikufa, kepha ngiyakuphila, ngishumayele imisebenzi kaJehova.


Sheshani nikhuphuke, niye kubaba, nithi kuye: ‘Uthe uJosefa indodana yakho: UNkulunkulu ungibeke inkosi yalo lonke iGibithe; yehla, uze kimi, ungalibali.


Uma umthuma nathi umfowethu, sizakwehla, sithenge ukudla;


Kwathi sebeqedile amabele ababewathengile eGibithe, uyise wathi kubo: “Buyelani, nisithengele ukudlana.”


UJakobe esezwile ukuthi kukhona ukudla eGibithe, wathuma obaba ngokokuqala;


Base behla abafowabo bakaJosefa abayishumi, baya kuthenga amabele eGibithe.


Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe,


ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite