Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wababutha bonke ukuba balindwe izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Wabagquma bonke ejele izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wabafaka bonke esitokisini izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:17
9 Referans Kwoze  

Induna yemilindankosi yamyala ngazo uJosefa ukuba azibheke; wazikhonza; zazisekulindweni izinsukwana.


Wayesebuza izinceku zikaFaro ezazinaye zilindwe endlini yenkosi yakhe, ethi: “Ubuso benu budabukeleni namuhla na?”


Ngokuba bona kambe basilaya izinsukwana njengokubona kwabo, kepha yena kube yinsizakalo, size sithole ukuhlanganyela ubungcwele bakhe.


babamba abaphostoli, babafaka etilongweni lombuso.


bababamba, babafaka etilongweni kwaze kwaba kusasa, ngokuba kwase kuhlwile.


Bayakubuthelwa ndawonye njengeziboshwa zibuthelwa emgodini, bavalelwe etilongweni, bajeziswe emva kwezinsuku eziningi.


Uyenzele inceku yakho okuhle, Jehova, ngokwezwi lakho.


Bayifaka etilongweni ukuba batshelwe ngomlomo kaJehova.


UFaro wathukuthelela izinceku zakhe, wangifaka ukuba ngilindwe endlini yenduna yemilindankosi, mina kanye nenduna yabaphekizinkwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite