Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Lapho sezingene eziswini zazo, akwabonakala ukuthi zingene eziswini zazo; zazisabukeka zizimbi njengakuqala. Ngase ngiphaphama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kuthe sezizidlile, akwabonakala mehluko wokuthi kukhona ezikudlileyo, zazibukeka zizimbi njengakuqala. Ngase ngiphaphama.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kwathi sebedlile, akwaziwa ukuthi balidlile; kodwa zazisezimbi njengasekuqaleni. Ngakho ngavuka.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:21
7 Referans Kwoze  

Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, sidlise isisu sakho, ugcwalise izibilini zakho ngalo mqulu engikunika wona.” Ngase ngiwudla, wawumnandi emlonyeni wami njengezinyosi.


Umuntu uyahlwitha ngakwesokunene, abe esalambile nokho, adle ngakwesokhohlo, kepha angasuthi; bayakudla, kube yilowo nalowo inyama yengalo yakhe,


Abayikujabha esikhathini esibi; bayakusutha ezinsukwini zendlala.


Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni emva kwazo, zibukeka kabi, zondile; zema kwezinye izithole ogwini lomfula.


Izithole ezondileyo ezimbi zadla eziyisikhombisa zokuqala ezikhulupheleyo.


“Futhi ngabona ephusheni lami, bheka, kwahluma izikhwebu eziyisikhombisa ezeleni linye, ziphelele, zizinhle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite