Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Bheka, kwakhuphuka emfuleni izithole eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bheka, kwakhuphuka emfuleni izinkomo eziyisikhombisa ezinhle namanoni enyama; badla edlelweni.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:2
6 Referans Kwoze  

Imifula iyakunuka, imifudlana yaseGibithe iyakuncipha, yome, kubune umhlanga nebungu.


Kwathi ngasekupheleni kweminyaka emibili waphupha uFaro; bheka, wayemi ngasemfuleni.


Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni emva kwazo, zibukeka kabi, zondile; zema kwezinye izithole ogwini lomfula.


bheka, kwase kukhuphuka emfuleni izithole eziyisikhombisa ezikhulupheleyo ezibukeka kahle; zadla emhlangeni.


Umhlanga ungahluma lapho kungekho xhaphozi na? Incema ingamila kungekho manzi na?


Kuyakuba khona uqwathule ngaseNayile, ngasogwini lweNayile, nakho konke okutshaliwe ngaseNayile kuyakoma, kuhlakazwe, kungabe kusababikho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite