Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 4:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 ULameka wathi kubo abafazi bakhe: “Ada noSila, yizwani izwi lami; nina bafazi bakaLameka, lalelani ukusho kwami: Bhekani, ngibulala umuntu ngenxeba engilitholayo, nensizwa ngomvimbo engiwuzwiswayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 ULameki wathi komkakhe: “We Ada noZila, ake ningilalele! Bafazi bakaLameki, yizwani engikushoyo! Ngibulale umuntu ngoba engilimazile, nensizwa ngokungishaya kwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 ULameka wasesithi kubafazi bakhe: UAda loSila, Zwanini ilizwi lami! Madodakazi akwaLameka, lalelani izwi lami, ngoba ngibulale indoda ngenxeba lami nensizwa ngokulimala kwami.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 4:23
7 Referans Kwoze  

Wayesethatha isisho sakhe, wathi: “Vuka, Balaki, uzwe; ngilalele, wena ndodana kaSipori:


“ ‘Ungaphindisi, ungabi namagqubu nabantwana babantu bakho, kepha wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena; nginguJehova.


Lapho kubikwa lokho kuJothamu, waya wema esiqongweni sentaba yaseGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngilaleleni nina bantu baseShekemi ukuba uNkulunkulu anilalele nina.


USila wazala uThubali Kayini; wayengumkhandi wazo zonke izinto zethusi nezensimbi ezisikayo. Udadewabo kaThubali Kayini wayenguNahama.


Ngeyami impindiselo nembuyiselo ngesikhathi sokushelela konyawo lwabo, ngokuba usuku lwabo lwengozi selusondele, izinto abazilungiselweyo ziyakuphuthuma.


Nkulunkulu wempindiselo, Jehova, Nkulunkulu wempindiselo, vela ukhanye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite