Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 4:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 USila wazala uThubali Kayini; wayengumkhandi wazo zonke izinto zethusi nezensimbi ezisikayo. Udadewabo kaThubali Kayini wayenguNahama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UZila wazala uThubhali Khayini, owayengumkhandi wazo zonke izinhlobo zezinto ezenziwe ngethusi nangensimbi. Udadewabo kaThubhali Khayini kwakunguNahama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 USila wazala uThubalikayini, umfundisi wazo zonke izisebenzi zethusi nezensimbi; udadewabo kaThubali-kayin wayenguNahama.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 4:22
7 Referans Kwoze  

“Ngalokho mawuthume kimi umuntu oyingcweti yokusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangokububende, nangokubomvu, nangokuluhlaza, owazi ukuqopha yonke imiqopho kanye nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezamiswa nguDavide ubaba.


Imigoqo yakho iyakuba ngeyensimbi neyethusi, nanjengezinsuku zakho oba njalo amandla akho.


izwe lapho uyakudla khona isinkwa kungekho kuswela; awuyikudinga lutho; izwe elimatshe alo ayinsimbi, nelizintaba zalo ungemba kuzo ithusi.


kuphela igolide, nesiliva, nethusi, nensimbi, nethini,* nomthofu,


Yilo umnikelo eniyakuwuthabatha kubo: igolide, nesiliva, nethusi,


Igama lomfowabo lalinguJubale; yena waba nguyise wabo bonke ababetha ihabhu* nomtshingo.


ULameka wathi kubo abafazi bakhe: “Ada noSila, yizwani izwi lami; nina bafazi bakaLameka, lalelani ukusho kwami: Bhekani, ngibulala umuntu ngenxeba engilitholayo, nensizwa ngomvimbo engiwuzwiswayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite