Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 4:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Igama lomfowabo lalinguJubale; yena waba nguyise wabo bonke ababetha ihabhu* nomtshingo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Igama lomnawakhe nguJubhali. Yena wayengukhokho walabo ababengababethi bogubhu nomtshingo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Igama lomfowabo lalinguJubali; waba nguyise wabo bonke abaphatha izintambo nezitho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 4:21
8 Referans Kwoze  

Bahaya ngomsindo wogubhu, baziqambela izinto zokubethwa njengoDavide.


Ihabu* nogubhu, isigubhu negenkle, newayini kukhona emadilini abo, kepha abanakekeli imisebenzi kaJehova, nezenzo zezandla zakhe abaziboni.


Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu,* bathokoza ngezwi lomtshingo.


Ubalekeleni ngasese na? Wanginyenyelelani ungangitshelanga ukuba ngabe ngikuvalelise ngokwenama nangezihlabelelo, ngesigubhu nangehabhu,* na?


U-Ada wazala uJabale; yena waba nguyise wabahlala ematendeni, befuya izinkomo.


USila wazala uThubali Kayini; wayengumkhandi wazo zonke izinto zethusi nezensimbi ezisikayo. Udadewabo kaThubali Kayini wayenguNahama.


Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezingubhu ezinezintambo eziyishumi nemitshingo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite