Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kepha washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wagijimela phandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 umkaPotifari wamdumela, wabamba ingubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kodwa uJosefa waphulukundlela, washiya isembatho sakhe ezandleni zakhe, wabaleka, waphumela phandle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami;” washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wamkhiphela phandle.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:12
16 Referans Kwoze  

Kepha balekela izinkanuko zobusha, ujonge ukulunga, nokukholwa, nothando, nokuthula kanye nabakhuleka eNkosini ngenhliziyo ehlambulukileyo.


Bathandekayo, nginincenga njengabafokazi nezihambi ukuba nidede ezinkanukweni zenyama ezilwa nomphefumulo,


Ngase ngifumana okubaba kunokufa: owesifazane onhliziyo yakhe iyizingibe namanetha, nezandla zakhe ziyizibopho; omuhle phambi kukaNkulunkulu uyakuphunyuka kuye, kepha isoni siyakubanjwa nguye.


Zophule njengensephe kumzingeli nanjengenyoni esandleni somthiyi wezinyoni.


Dedisela kude naye indlela yakho, ungasondeli emnyango wendlu yakhe,


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Kwathi esakhuluma kuJosefa izinsuku ngezinsuku, akamlalelanga ukuba alale naye, nokuba abe naye.


Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi enginakho endlini, inikele konke okwayo esandleni sami;


ndodana yami, ungahambi nazo endleleni, unqande unyawo lwakho emikhondweni yazo,


USamuweli esephenduka ukuhamba, wabamba umphetho wengubo yakhe, yaklebhuka.


Kwathi ngosuku lumbe engena endlini ukuyokwenza imisebenzi yakhe, kungekho lapho phakathi noyedwa owendlu,


Kwathi esebone ukuthi ushiyile ingubo esandleni sakhe, wabaleka,


Lapho ewasondeza kuye ukuba awadle, wambamba, wathi kuye: “Woza ulale nami, dadewethu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite