Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi ngosuku lumbe engena endlini ukuyokwenza imisebenzi yakhe, kungekho lapho phakathi noyedwa owendlu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Langa limbe lapho uJosefa engena endlini ezosebenza, kungekho muntu omunye endlini,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngaleso sikhathi uJosefa wangena endlini ukwenza umsebenzi wakhe; kwakungekho phakathi kwamadoda endlu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:11
8 Referans Kwoze  

ngokuba okwenziwa yibo ngasese kuyihlazo nokukhuluma ngakho.


Kepha ubufebe, nakho konke ukungcola, noma isangabe, makungaphathwa nangegama phakathi kwenu, njengokuba kufanele abangcwele,


“Ngiyakusondela kini ukwahlulela, ngibe ngufakazi osheshayo ngabalumbi, nangeziphingi, nangabafunga amanga, nangabacindezela abaqashwa ngenkokhelo yabo, nabafelokazi, nezintandane, nabachezukisa abafokazi, bengangesabi mina,” usho uJehova Sebawoti.


Ukhona ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” usho uJehova. “Angithi ngiyagcwalisa izulu nomhlaba na?” usho uJehova.


“Amanzi ebiweyo amnandi, nesinkwa sentukuso singesenamisayo.”


Iso lesiphingi libheka ukuhlwa ngokuthi: ‘Malingangiboni iso,’ sisithe ubuso baso.


Kwathi esakhuluma kuJosefa izinsuku ngezinsuku, akamlalelanga ukuba alale naye, nokuba abe naye.


wambamba ngengubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kepha washiya ingubo yakhe esandleni sakhe, wabaleka, wagijimela phandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite