Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha u-Israyeli wathanda uJosefa kakhulu kunabantwana bakhe bonke, ngokuba wayeyindodana yobuxhegu bakhe; wamenzela ingubo enemikhono emide.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 U-Israyeli wayemthanda uJosefa kunawo wonke amadodana akhe, kwazise wayemthole esemdala. Wamthungela ingubo enemikhono emide.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:3
10 Referans Kwoze  

Wayenengubo enemibala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqoka izingubo ezinjalo. Leyo nceku yayisimkhiphela phandle, yahluthulela emnyango emva kwakhe.


Bathumela leyo ngubo enemikhono emide, bayiyisa kuyise, bathi: “Siyitholile lena; ake ubone, uma le ngubo ingeyendodana yakho yini, noma akusiyo na?”


Kwathi uJosefa esefike kubafowabo, bamkhumula ingubo yakhe, leyo ngubo enemikhono emide ayeyigqokile.


UYise uyayithanda iNdodana, wanikela konke esandleni sayo.


Wathatha ezingutsheni zakho, wazenzela izindawo eziphakemeyo ezingamagqabhagqabha, wafeba kuzo, okungazange kwenzeke nokungasoze kwenziwa.


‘Angithi batholile babelana impango? Intombi, yebo, izintombi ezimbili endodeni ngayinye; kuSisera impango yezingubo ezinemibala, impango yezingubo ezinemibala ezifekethisiweyo; izingubo ezimbili ezinemibala ezifekethisiweyo zezintamo zaba yimpango.’


Base bethatha ingubo kaJosefa, bahlaba impongo, bacwilisa ingubo egazini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite