Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 36:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 u-Oholibama wazala oJewushe, noJalamu, noKora; lawo angamadodana ka-Esawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 u-Oholibhama wamzalela uJewushi, uJalamu noKhora. Yilawo-ke amadodana ka-Esawu awazalelwa eseseKhanani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Oholibama wazala oJewusi, noJalamu, noKora; lawo angamadodana kaEsawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 36:5
6 Referans Kwoze  

U-Isaka wagqibuka wafa, wabuthelwa kubantu bakhe, emdala esanelisiwe yizinsuku. O-Esawu noJakobe amadodana akhe bammbela.


U-Ada wamzalela u-Esawu u-Elifazi; uBasemati wazala uRehuweli;


U-Esawu wathatha omkakhe, namadodana akhe, namadodakazi akhe, nabantu bonke bendlu yakhe, nemfuyo yakhe, nezinkomo zakhe, nempahla yonke yakhe owayeyizuze ezweni laseKhanani, waya ezweni elikude nomfowabo uJakobe.


Lawa angamadodana ka-Oholibama indodakazi ka-Ana, indodakazi kaSibeyoni, umka-Esawu: wamzalela u-Esawu oJewushe, noJalamu, noKora.


Lawa angamadodana ka-Oholibama umka-Esawu: ngumnumzane uJewushe, nomnumzane uJalamu, nomnumzane uKora; yilabo abangabanumzane abavela ku-Oholibama indodakazi ka-Ana umka-Esawu.


Amadodana ka-Esawu: ngo-Elifazi, noRehuweli, noJewushe, noJalamu, noKora.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite