UGenesise 34:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Kwathi ngosuku lwesithathu bese nobuhlungu, amadodana amabili kaJakobe, oSimeyoni noLevi, abanewabo bakaDina, bathatha, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, bahlasela umuzi ngesibindi, babulala bonke abesilisa. Gade chapit laIsiZulu 202025 Kwathi ngosuku lwesithathu isabhokile iminjunju yokusokwa, amadodana kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba, baphuma bayohlasela umuzi iShekhemu isinyelela, bashaya icole kwabesilisa. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202425 Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu. Gade chapit la |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, saze saphela isizwe sonke, yiwo amadoda empi aphuma eGibithe, lokhu engalalelanga izwi likaJehova, afunga kuwo uJehova ukuthi akayikuwabonisa izwe uJehova alifungela oyise ethi uyakusinika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi.