Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “Labo bantu bahlezi ngokuthula nathi; ngalokho mabahlale ezweni, balihambe, ngokuba bheka, izwe libanzi inxa zombili phambi kwabo; asizithathele amadodakazi abo abe ngomkethu, sibaphe amadodakazi ethu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 “Laba bantu bahlezi ngokuthula nathi. Asibavumele bahambe bazithengele izindawo ngokuba izwe libanzi nxazonke, ukuze sikwazi ukuganiselana nabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Laba bathanda ukuthula kithi; ngalokho mabahlale ezweni, bahwebe kulo; ngoba izwe, bheka, likhulu ngokwanele phambi kwabo; masizithathele amadodakazi abo, siwanike amadodakazi ethu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:21
4 Referans Kwoze  

OHamori noShekemi indodana yakhe beza ngasesangweni lomuzi, bakhuluma namadoda omuzi wabo, bathi:


Kuphela ngalokho bayasivumela laba bantu ukuhlala nathi, sibe yisizwe sinye, ukuthi bonke abesilisa bakithi basokwe, njengalokho bona besokiwe.


Niyakuhlala kithi; izwe liyakuba sebusweni benu; yakhani, nithengiselane, nifuye kulo.”


nilethe kimi umfowenu omncane; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite