Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Amadodana kaJakobe abaphendula oShekemi noHamori uyise ngobuqili, akhuluma, njengokuba ebemngcolisile uDina udadewabo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Amadodana kaJakobe aphendula uShekhemu noyise uHamori ngobuqili, ngokuba wayengcolise udadewabo uDina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Amadodana kaJakobe abaphendula ngamanga oShekemi noyise uHamori, ethi, ngokuba engcolisile udadewabo uDina;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:13
17 Referans Kwoze  

Qaphelani ukuba kungabikho ophindisela omunye okubi ngokubi; kepha jongani njalo ukwenza okuhle, omunye komunye nakubo bonke.


ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.


bathi: “Shonini ukuthi abafundi bakhe beza ebusuku, bameba silele.


Abathembekileyo babhubhile emhlabeni, akakho oqotho phakathi kwabantu; bonke baqamekela igazi; bayazingelana, kube yilowo nalowo umfowabo ngenetha.


ukuphambuka nokumphika uJehova, nokumhlubuka uNkulunkulu wethu, nokukhuluma ukucindezela nokwambuka, nokucabanga nokukhuluma amazwi amanga aphuma enhliziyweni.


Ngokuphambeka kwezindebe kukhona ugibe lomubi, kepha olungileyo uyaphuma ekuhluphekeni.


Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo bakhuluma nganhliziyombili.


Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na?


Kepha ningabaqambimanga; niyizinyanga ezingelutho nonke.


USamsoni wathi kubo: “Okwalesi sikhathi anginacala kumaFilisti, uma ngiwenzela okubi.”


Bizani kimi ilobolo noma lingakanani kanye nesipho, ngiyakuninika njengokusho kwenu kimi; kodwa ngipheni intombi ibe ngumkami.”


athi kubo: “Asinakwenza lokhu, ukunika udadewethu kumuntu ongasokwanga, ngokuba lokho kuyihlazo kithina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite