Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Niyakuhlala kithi; izwe liyakuba sebusweni benu; yakhani, nithengiselane, nifuye kulo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Hlalani phakathi kwethu, nanti izwe phambi kwenu. Yakhani, nithengiselane, nibe nezindawo zenu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Niyakuhlala nathi, izwe libe phambi kwenu; hlalani nihwebe ngalo, nizuze impahla kulo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:10
7 Referans Kwoze  

U-Israyeli wahlala ezweni laseGibithe ezweni laseGosheni; bafuya khona, bazala, banda kakhulu.


nilethe kimi umfowenu omncane; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.’ ”


Wathi u-Abimeleki: “Bheka, izwe lami lisebusweni bakho; yakha lapho uthanda khona.”


Izwe lonke alisobala ebusweni bakho na? Mawuhlukane nami; uma uya ngakwesokhohlo, ngiyakuya ngakwesokunene; uma uya ngakwesokunene, ngiyakuya ngakwesokhohlo.”


Ganiselanani nathi, nisiphe amadodakazi enu, nizithathele amadodakazi ethu.


UShekemi wayesethi kuyise nakubanewabo: “Ake ngifumane umusa emehlweni enu; lokho eniyakukusho kimi, ngiyakuninika khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite