Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 33:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wathi kuye: “Inkosi yami iyazi ukuthi abantwana bancane nokuthi izimvu nezinkomazi ezinami ziyizindlezane; uma bezishishinga usuku olulodwa, umhlambi wonke uyakufa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UJakobe wathi: “Inkosi yami iyazibonela ukuthi abantwana basebancane, nokuthi izimvu nezinkomo engiziqhubayo ziyancelisa. Uma singakuxina usuku lube lunye nje, kungafa wonke umhlambi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wathi kuye: “Inkosi yami iyazi ukuthi abantwana bathambile, nokuthi izimvu nezinkomo kanye nezimvu zikimi;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 33:13
10 Referans Kwoze  

Iyakwalusa umhlambi wayo njengomalusi, ibuthe amawundlu ngemikhono yayo, iwagone esifubeni sayo, ihole kahle izindlezane.


Olungileyo uyakunaka ukuphila kwesilwane sakhe, kepha isihhe sababi silunya.


UDavide wathi: “USolomoni indodana yami usengumfana, usathambile, nendlu eyakwakhelwa uJehova nga iba nkulu, ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni onke; ngizakuyilungisela.” Wayeseyilungisela kakhulu uDavide engakafi.


Wayesethi: “Asisuke sihambe, ngihambe phambi kwakho.”


Ake idlule inkosi phambi kwenceku yayo, mina ngiseseze njengokuhamba kwempahla ephambi kwami nanjengokuhamba kwabantwana, ngize ngifike enkosini yami eSeyiri.”


Abantu benze njalo; bathatha izinkomo ezimbili ezincelisayo, bazibophela enqoleni, bazivalela amankonyane azo ekhaya,


Esalandele izimvukazi ezenyisayo, yamthabatha ukuba abeluse abantu bayo uJakobe, nefa layo u-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite