Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Sase sihamba isipho phambi kwakhe, kepha yena wahlala ekamu* lobo busuku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Izipho zamendulela, kodwa yena ngalobo busuku wasala, walala lapho babekanise khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngakho isipho saphuma phambi kwakhe futhi wahlala ubusuku phakathi kwesixuku.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:21
7 Referans Kwoze  

Niyakukhuluma nithi: ‘Futhi bheka, inceku yakho uJakobe iyeza, isemva kwethu.’ ” Ngokuba wathi: “Ngizakumthoba ngalesi sipho esihamba phambi kwami, andukuba ngibone ubuso bakhe; mhlawumbe angangamukela.”


Wavuka ebusuku, wathatha omkakhe ababili, nezincekukazi zakhe ezimbili, nabantwana bakhe abayishumi nanye, wawela ezibukweni elithiwa iJaboki.


Mawusamukele isibusiso sami esilethwa kuwe, ngokuba uNkulunkulu ungenzele umusa nangokuba nginakho konke.” Wamcindezela; wasamukela-ke.


Uyise u-Israyeli wayesethi kubo: “Uma kunjalo, yenzani lokhu; phathani izithelo ezikhethiweyo zezwe emasakeni enu, nimehlisele lowo muntu isipho, ibhalisamu* eliyingcosana, nezinyosi eziyingcosana, namakha, nemure,* namapisitakiyo,* nama-alimondi,*


UJoshuwa wayesebathuma, baya ukuyoqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; uJoshuwa walala lobo busuku phakathi kwabantu.


Wathi kuzo izinsizwa: “Hambani phambi kwami; bhekani, ngiyanilandela.” Kepha akayitshelanga indoda yakhe uNabali.


Isipho sinjengetshe elinqabileyo emehlweni omninilo: noma ebhekaphi, uyaphumelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite