Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wazinikela esandleni sezinceku amaqambi ngamaqambi, wathi ezincekwini zakhe: “Dlulani ngaphambi kwami, nenze ibanga phakathi kweqambi neqambi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Wazinikela zonke lezo zilwane esandleni sezinceku zakhe ukuba ziziqhube, umhlambi ngamunye. Wathi ezincekwini zakhe: “Hambani phambi kwami, nishiye isikhala phakathi kwemihlambi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wazinikela esandleni sezinceku zakhe, umhlambi ngokwehlukana kwawo; wathi ezincekwini zakhe: “Phumani phambi kwami, nibeke isikhala phakathi komhlambi wezinkomo nomhlambi.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:16
9 Referans Kwoze  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


UNkulunkulu wakhe uyamhlakahlisa ngendlela eyiyo, amfundise.


Amasu ayakukulinda, ukuqonda kukugcine,


Umuntu omuhle nguye onomusa, otshelekayo, esekela izindaba zakhe ngokulunga.


Niyakukhuluma nithi: ‘Futhi bheka, inceku yakho uJakobe iyeza, isemva kwethu.’ ” Ngokuba wathi: “Ngizakumthoba ngalesi sipho esihamba phambi kwami, andukuba ngibone ubuso bakhe; mhlawumbe angangamukela.”


namakamela asengwayo angamashumi amathathu namathole awo, nezinkomazi ezingamashumi amane, nezinkunzi eziyishumi, nezimbongolokazi ezingamashumi amabili, namathole ayishumi.


Wamyala ophambili, wathi: “Nxa u-Esawu umfowethu ehlangana nawe, ekubuza ethi: ‘Ungokabani wena? Uyangaphi na? Ngezikabani lezi eziphambi kwakho na?’


Wathi kuzo izinsizwa: “Hambani phambi kwami; bhekani, ngiyanilandela.” Kepha akayitshelanga indoda yakhe uNabali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite