Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana yesibili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 UBhiliha isisebenzi sikaRaheli saphinda sakhulelwa, samzalela uJakobe enye indodana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesibili.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:7
6 Referans Kwoze  

Wayesethi uRaheli: “UNkulunkulu ungahlulele, futhi wezwa izwi lami: wangipha indodana,” ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uDani.


URaheli wathi: “Ngokubambana ngibambene nodadewethu ngamandla kaNkulunkulu, ngamahlula,” waqamba igama layo ngokuthi uNafetali.


Yilawo angamadodana kaBiliha uLabani amnika uRaheli indodakazi yakhe; wamzalela wona uJakobe; bonke abantu babe yisikhombisa.


Amadodana kaNafetali: ngoJaseli, noGuni, noJeseri, noShilemi.


Kubantwana bakwaNafetali, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabenminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


“Ngasemkhawulweni wakwa-Asheri, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uNafetali uyakuba nesabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite