Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngasemuva wazala indodakazi, waqamba igama layo ngokuthi uDina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Emveni kwalokho wamzalela indodakazi, wayiqamba igama wathi nguDina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngasemuva wazala indodakazi, wayiqamba ngokuthi uDina.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:21
5 Referans Kwoze  

Yilawo angamadodana kaLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu kanye noDina indodakazi yakhe; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.


Babulala oHamori noShekemi indodana yakhe ngosiko lwenkemba, bakhipha uDina endlini kaShekemi, bahamba.


Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu ungiphe isipho esihle; manje umyeni wami useyakuhlala kimi, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha,” waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.


UNkulunkulu wamkhumbula uRaheli, uNkulunkulu wamuzwa, wavula isizalo sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite