Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ULeya wayesethi: “Kwenziwe inhlanhla,” waqamba igama layo ngokuthi uGadi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 ULeya wathi: “Nginenhlanhla,” wayiqamba igama wathi nguGadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wayesethi uLeya: “Kuza iviyo, waqamba igama layo ngokuthi uGadi.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:11
8 Referans Kwoze  

“UGadi, iviyo liyakumcindezela, kepha yena uyakucindezela isithende salo.


“Kepha nina enimshiya uJehova, nikhohlwe intaba yami engcwele, nihlelele iNhlanhla* itafula, nigcwalisele isiMiselo* iwayini elixutshanisiweyo,


Amadodana kaGadi: ngoSifijoni, noHagi, noShuni, no-Esiboni, no-Eri, no-Arodi, no-Areli.


Amadodana kaZilipa incekukazi kaLeya ayengoGadi no-Asheri; lawo angamadodana kaJakobe awazalelwa ePhadani Aramu.


UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana.


UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela indodana yesibili.


Kubantwana bakwaGadi, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite