Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UZilipha isisebenzi sikaLeya samzalela indodana uJakobe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UZilipa incekukazi kaLeya wazalela uJakobe indodana.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:10
6 Referans Kwoze  

ULeya esebonile ukuthi ukhawulile ukuzala, wamthatha uZilipa incekukazi yakhe, wamupha uJakobe, abe ngumkakhe.


ULeya wayesethi: “Kwenziwe inhlanhla,” waqamba igama layo ngokuthi uGadi.


Amadodana kaZilipa incekukazi kaLeya ayengoGadi no-Asheri; lawo angamadodana kaJakobe awazalelwa ePhadani Aramu.


Kubantwana bakwaGadi, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenemfuyo eningi, nalapho belibona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi ukuthi leyo ndawo iyindawo yezinkomo,


“Ngasemkhawulweni wakwaZebuloni, kusukela ohlangothi lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga uGadi uyakuba nesabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite