Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 kepha ngezithelo zomuthi ophakathi nensimu uNkulunkulu ushilo ukuthi: ‘Ningazidli, ningazithinti ukuba ningafi.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 kodwa uNkulunkulu wathi: ‘Ningasidli isithelo somuthi omile phakathi nensimu, futhi ningasithinti ngoba niyokufa nokufa.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kepha isithelo somuthi ophakathi nensimu uNkulunkulu wathi: Ningasidli, ningathinti, funa nife.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 3:3
12 Referans Kwoze  

“Ngakho-ke phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi; ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,


Kepha ake welule isandla sakho, uthinte konke anakho, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”


Wayesethi uNkulunkulu kuye ephusheni: “Nami ngiyazi ukuthi ukwenze lokhu ngobuqotho benhliziyo yakho; futhi ngakuvimba ukuba ungoni kimi; ngalokho angikuvumelanga ukuba umthinte.


“Ungaphathi, ungezwa ngolimi, ungathinti,”


Ngihawukeleni, ngihawukeleni, nina bangane bami, ngokuba isandla sikaNkulunkulu singithintile.


Kepha ake welule isandla sakho, uthinte amathambo akhe nenyama yakhe, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”


ethi: “Ningathinti abagcotshiweyo bami, ningoni abaprofethi bami.”


Maqondana nalokho enaloba ngakho, kuhle kumuntu ukuba angamthinti owesifazane.


Owesifazane wathi enyokeni: “Singadla izithelo zemithi yasensimini,


Inyoka yathi kowesifazane: “Aniyikufa nokufa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite