Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 3:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJehova uNkulunkulu wabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku, wabembathisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 USimakade uNkulunkulu wenzela indoda nomkayo iziphuku, wabembathisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJehova uNkulunkulu wenzela u-Adamu nomkakhe izindwangu zesikhumba, wabembathisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 3:21
8 Referans Kwoze  

Ngiyathokoza nokuthokoza ngoJehova, umphefumulo wami wenama ngoNkulunkulu wami, ngokuba ungembathisile izingubo zensindiso, wangisibekela ngesambatho sokulunga, njengomyeni efaka iqhele ngokompristi, nanjengomakoti ezihlobisa ngezimvunulo zakhe.


Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuyena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.


Ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba ze; bathunga amaqabunga omkhiwane, bazenzela izibhinco.


ngisho ukulunga kukaNkulunkulu ngokukholwa nguJesu Kristu kubo bonke abakholwayo; ngokuba akukho mahluko;


U-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva,* ngokuba waba ngunina wabo bonke abaphilayo.


UJehova uNkulunkulu wathi: “Bheka, u-Adamu usenjengomunye wethu, uyakwazi okuhle nokubi; kepha manje makangeluli isandla sakhe, athathe nakuwo umuthi wokuphila, adle, aphile kuze kube phakade.”


nalezo zitho zomzimba ezingathi zidelelekile kunezinye, yizona esizazisa kakhulu; nalezo esinamahloni ngazo zihlonipheka kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite